News

UKUBA ngumshayeli wamatekisi iminyaka, kakuzange kuliqede iphupho lokuba ngumlingisi kuSiphosethu Mabaso osematheni kulezi ...
KUZOCACA kusasa ngoLwesithathu ngokuqhubeka kwecala elibhekene nesiboshwa nothishanhloko wase-Mpumlwane Primary School, ...
KULINDELEKE ukuthi kuphithizele izivakashi ezingaphezulu kuka-1.3 million ngempelasonto yePhasika eThekwini namaphethelo.
AYAQHUBEKA nokudluliswa amazwi enduduzo ngokudlula emhlabeni kwenkakha yomlingisi uDon Mlangeni Nawa odlule emhlabeni ngoLwesithathu ekuseni.
Umndeni umchaze njengomuntu obenothando, ehlonipha futhi ebakhathelela abantu abaseduze naye. Umndeni wakwaNawa uthi ...
ANGASE angase angakutholi ukwamukeleka ngezandla ezimhlophe e-United States of America uMcebisi Jonas oqokwe nguMengameli ...
UTHI isimile impilo yakhe uBianca Coster ngenxa yomuntu othile osebenzisa isithombe sakhe ekhasini elithandwa ngabaningi ...
OMASIPALA abane baseKwaZulu-Natal bengezelwe isibonelelo esingaphezu kuka-R300 million sokulungisa ingqalasizinda yamanzi ...
IKHWELE yadilika ezinkundleni zokuxhumana indodana yengqalabutho kamaskandi, imsola ngokuba nomona nenhliziyo embi okuyidalele ubunzima endimeni yezomculo.
IBUSISWE ngumholi webandla lamaNazaretha, ohlangothi lwaseBuhleni, iNkosi uMduduzi "Nyazilwezulu" Shembe indawo okuzokwakhiwa kuyona isikhungo sezenhlalakahle ...
ULWA nokuvala izikhala zothisha ezivulekile ezikoleni uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal ngokuphuthumisa uhlelo lokuqasha othisha abangasebenzi.
INXUSE ukwesekwa emkhandlwini wamakhansela imeya entsha yaseNkandla, uNkk Nonhlanhla Nzuza. Uthe lokhu kuzosiza ekutheni abhekane kalula nezingqinamba ezibhekene nezakhamuzi zakule ndawo kwezentuthuko ...